1 Chronicles - Chapter 8

Verse 1: UBenjamini wazala uBela izibulo lakhe, no-Ashibeli owesibili, no-Ahara owesithathu,

Verse 2: noNoha owesine, noRafa owesihlanu.

Verse 3: UBela wayenamadodana: ngo-Adari, noGera, no-Abihudi,

Verse 4: no-Abishuwa, noNahamani, no-Ahowa,

Verse 5: noGera, noShefufani, noHuramu.

Verse 6: Nanka amadodana ka-Ehudi, izinhloko zezindlu zawoyise zabakhe eGeba, ezathunjelwa eManahati,

Verse 7: zathunjwa ngoNahamani, no-Ahiya, noGera owazala o-Uza no-Ahihudi.

Verse 8: UShaharayimi wazala abantwana ezweni lakwaMowabi esemukisile oHushimi noBahara omkakhe.

Verse 9: Wazala kuHodeshi umkakhe oJobabi, noSibiya, noMesha, noMalikamu,

Verse 10: noJewuse, noShakiya, noMirima. Labo babe ngamadodana akhe, izinhloko zezindlu zawoyise.

Verse 11: Wazala kuHushimi o-Abithubi no-Eliphahali.

Verse 12: Amadodana ka-Eliphahali: ngo-Ebere, noMishamu, noShemedi, abakha i-Ono neLodi nemizana yawo,

Verse 13: noBeriya, noShema, ababe yizinhloko zezindlu zawoyise zabakhe e-Ajaloni, abaxosha abakhe eGati;

Verse 14: no-Ahiyo, noShashaki, noJeremoti,

Verse 15: noZebadiya, no-Aradi, no-Edere,

Verse 16: noMikayeli, noJishipha, noJoha, amadodana kaBeriya,

Verse 17: noZebadiya, noMeshulamu, noHiziki, noHebere,

Verse 18: no-Ishmerayi, noJiziliya, noJobabi, amadodana ka-Eliphahali,

Verse 19: noJakimi, noZikiri, noZabidi,

Verse 20: no-Eliyenayi, noSilethayi, no-Eliyeli,

Verse 21: no-Adaya, noBeraya, noShimrati, amadodana kaShimeyi,

Verse 22: noJishiphani, no-Ebere, no-Eliyeli,

Verse 23: no-Abidoni, noZikiri, noHanani,

Verse 24: noHananiya, no-Elamu, no-Anithothiya,

Verse 25: no-Ifideya, noPhenuweli, amadodana kaShashaki,

Verse 26: noShamusherayi, noShehariya, no-Athaliya,

Verse 27: noJahareshiya, no-Eliya, noZikiri, amadodana kaJerohamu.

Verse 28: Labo babe yizinhloko zezindlu zawoyise, izinhloko ezizukulwaneni zabo, bahlala eJerusalema.

Verse 29: EGibeyoni kwahlala uyise kaGibeyoni ogama lomkakhe lalinguMahakha;

Verse 30: izibulo lakhe lalingu-Abidoni, kanye noSuri, noKishi, noBali, noNadabi,

Verse 31: noGedori, no-Ahiyo, noZekeri.

Verse 32: Kepha uMikiloti wazala uShimeya. Nabo bahlala nabafowabo eJerusalema malungana nabafowabo.

Verse 33: UNeri wazala uKishi; uKishi wazala uSawule; uSawule wazala oJonathani, noMaliki Shuwa, no-Abinadaba, no-Eshi Bali.

Verse 34: Indodana kaJonathani yayinguMeribi Bali; uMeribi Bali wazala uMika.

Verse 35: Amadodana kaMika: ngoPhithoni, noMeleki, noThareya, no-Ahazi.

Verse 36: U-Ahazi wazala uJehohada; uJehohada wazala o-Alemeti, no-Azimaveti, noZimri; uZimri wazala uMosa;

Verse 37: uMosa wazala uBineya; uRafa wayeyindodana yakhe; ngu-Eleyasa indodana yakhe, ngu-Aseli indodana yakhe;

Verse 38: u-Aseli wayenamadodana ayisithupha; amagama awo yilawa: o-Azirikamu, noBokeru, no-Ishmayeli, noShehariya, no-Obadiya, noHanani. Bonke labo babe ngamadodana ka-Aseli.

Verse 39: Amadodana ka-Esheki umfowabo: ngu-Ulamu izibulo lakhe, noJewushe owesibili, no-Elifeleti owesithathu.

Verse 40: Amadodana ka-Ulamu ayengamaqhawe anamandla, ansala umnsalo; ayenamadodana amaningi namadodana amadodana amaningi, eyikhulu namashumi ayisihlanu. Labo babe ngamadodana kaBenjamini.

Select Chapter
1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13 14 15 16 17 18 19 20 21 22 23 24 25 26 27 28 29
Select Book
Genesis Exodus Leviticus Numbers Deuteronomy Joshua Judges Ruth 1 Samuel 2 Samuel 1 Kings 2 Kings 1 Chronicles 2 Chronicles Ezra Nehemiah Esther Job Psalms Proverbs Ecclesiastes Song of Solomon Isaiah Jeremiah Lamentations Ezekiel Daniel Hosea Joel Amos Obadiah Jonah Micah Nahum Habakkuk Zephaniah Haggai Zechariah Malachi Matthew Mark Luke John Acts Romans 1 Corinthians 2 Corinthians Galatians Ephesians Philippians Colossians 1 Thessalonians 2 Thessalonians 1 Timothy 2 Timothy Titus Philemon Hebrews James 1 Peter 2 Peter 1 John 2 John 3 John Jude Revelation

Bible Categories